Ilanga News: Home
Có thể bạn quan tâm
Ezisematheni
IGagasi FM limise uFelix Hlophe emsakazweni
by Lucky Cain | 29 December 25
UNIKEZWE ikhefu uFelix Hlophe ongumsakazi weGagasi FM osematheni kulezi nsuku kulandela ukusabalala kwezindaba ezithinta ingxabano nomndeni kamngani kankosikazi wakhe ngobusuku obandulela uKhisimusi. UHlophe kule video esabalele ezinkundleni zokuxhumana lapho...
read more
Sigxekwe nxazonke esokubulawa komholi wenhlangano yabalimi KwaZulu Natal
KUGXEKWE ukubulawa ngesihluku kukaSihlalo wenhlangano yabalimi i-African Farmers Association of South Africa (AFASA) KwaZulu Natal uMnu Mbongeni Sikhakhane odutshulwe wabulawa ngoLwesihlanu kusihlwa esendaweni yebhizinisi lakhe eSweetwaters. Ngokwemibiko kugasele...
Kuboshwe nekhehla elina-74 kwababanjwe beshayela bephuzile
KUBOSHWE nekhehla elineminyaka ewu-74 ubudala ngokushayela imoto licwile ezinkambeni zikaFaro ngoholidi leBoxing Day ngesikhathi amaphoyisa omgwaqo eqhuba umkhankaso wawo obizwa ngokuthi #NenzaniLaEzweni eMargate ePort Shepstone. Ngokwesitatimende soMnyango...
Badele imvula bejabula nezinkakha zekwaito kowe-Old Skool Picnic
BADELE imvula ukuzojuxuza nezinkakha zekwaito abathandi benjabulo abebephume ngobuningi emcimbini i-Old Skool Picnic obuseMunies Hockey Club eThekwini ngeholidi elibizwa ngeBoxing Day ngoLwesihlanu. Lo mcimbi obugabe ngubumnandi bomculo wakudala ubuqala ukwenzeka kulo...
Kuboshwe abasolwa ababili ngokweba imfuyo
AMAPHOYISA aKwaZulu Natal abophe abasolwa ababili abasolwa ngokweba imfuyo eBulwer ngesikhathi eqhuba uhlelo lokuphenya olujwayelekile endaweni yasoHlabeni naseSdangeni. Ngokusho kwamaphoyisa laba basolwa oneminyaka ewu-23 no-31 babanjwe nemfuyo ewu-21 ngokwehlukana....
OweNFP usabisa ngenkantolo uma ingahoxiswa incwadi emumisayo
UBUHOLI obuphezulu beNFP buthathe isinqumo sokumisa ngokushesha uNkz Mbali Shinga kuyona yonke imisebenzi yakhe embandakanya iqembu. Esitatimendeni esikhishwe yileli qembu nguNobhala Jikelele walo osabambile uMnu Sunset Xaba siveze ukuthi ungemuva kokucubungula...
USomlomo umise amalungu eMK Party ne-EFF esiShayamthetho
(Photo by Gallo Images/Darren Stewart) USOMLOMO wesiShayamthetho saKwaZulu Natal uNkz Nontembeko Boyce umise amalungu awu-36 aqhamuka kwiMK Party nakwi-EFF. Ukumiswa kwala malungu awu-35 eMK Party nelilodwa le EFF kulandela isigameko sangeledlule sodlame oluqubuke...
Ezemidlalo
IBafana ithembisa ukuziphuzela isobho kwiZimbabwe
by Senzo Sokhela | December 29, 25
SENZO SOKHELA IZOLWELA ukuthola igoli kuqala ukugwema ingcindezi iBafana Bafana uma seyibhekene neZimbabwe kowokusonga u-group B namuhla ngoMsombuluko ngo-18h00 eMorocco.IBafana ukuze ingazitholi sekufanele ilokhu ishaya izibalo, kuzofanele iwunqobe lo mdlalo...
read more
IBafana ithembisa ukuziphuzela isobho kwiZimbabwe
SENZO SOKHELA IZOLWELA ukuthola igoli kuqala ukugwema ingcindezi iBafana Bafana uma seyibhekene neZimbabwe kowokusonga u-group B namuhla ngoMsombuluko ngo-18h00 eMorocco.IBafana ukuze ingazitholi sekufanele ilokhu ishaya izibalo, kuzofanele iwunqobe lo mdlalo...
Izikhalo iBafana iguqiswa yi-Egypt
IBAFANA Bafana ihlulwe yi-Egypt ngo-1-0 wephenathi kaMohamed Salah engene ngomzuzu ka-45 kokaGroup B namuhla eMorocco.I-Egypt iqede lo mdlalo ingasaphelele. Elakuleli lincishwe iphenathi kulo mdlalo ibhola lishaya isandla sesitobha se-Egypt ebhokisini. IBafana...
UBroos udinga indluzula kubadlali beBafana kwi-Afcon
NGU-Hugo Broos ekhuluma kwisithangami sabezindaba ngaphambi komdlalo weSouth Africa ne-Egypt. ISITHOMBE NGABE: Alche Greeff/BackpagePix AKAYIFUNI iBafana Bafana enofefe ezitheni uHugo Broos ongumqeqeshi waleli qembu eliqhathwe ne-Egypt koka-group B ngoLwesihlanu...
IBafana ihlela ukuyijijimeza kanzima i-Egypt
SENZO SOKHELA UTHEMBISA lukhulu uLyle Foster ongumgadli weBafana Bafana ofunge wagomela ukuthi bazoyijijimeza kanzima i-Egypt koka-group B ngoLwesihlanu ngo-17h00 eMorocco.IBafana iya kulo mdlalo nje, iwuvule kahle lo mqhudelwano ishaya ngo-2-1 i-Angola ngoMsombuluko...
UBroos uhlabeke umxhwele ngoMoremi kunqoba iBafana
(Photo by Khaled DESOUKI / AFP) UNCOMA umdlali we-Orlando Pirates ngokungena enze umehluko omkhulu eqenjini lakhe umqeqeshi weBafana Bafana, uHugo Broos.IBafana iyiqale kahle i-Afcon iguqisa ngo-2-1 i-Angola koka-group B ngoMsombuluko ebusuku eMorocco.Amagoli eBafana...
IBafana ivule ngewini kwi-Afcon
ULYLE Foster uphenduke iqhawe leBafana Bafana eshaya igoli lokuwina elakuleli lehlula ngo-2-1 i-Angola koka-group B ngoMsombuluko ebusuku eMorocco. Igoli lokuqala leBafana lishaywe ngu-Oswin Appollis, lacinywa ngelikaShow elenze kwayiwa ekhefini kungu-1-1. Ngesikhathi...
Ezokungcebeleka
IGagasi FM limise uFelix Hlophe emsakazweni
by Lucky Cain | 29 December 25
UNIKEZWE ikhefu uFelix Hlophe ongumsakazi weGagasi FM osematheni kulezi nsuku kulandela ukusabalala kwezindaba ezithinta ingxabano nomndeni kamngani kankosikazi wakhe ngobusuku obandulela uKhisimusi. UHlophe kule video esabalele ezinkundleni zokuxhumana lapho...
read more
Ubumnandi nenjabulo koweVibe2000 Getaway eLa Clef Boutique Hotel
KUBHEKWE ukuthi uhehe izihambeli zamazinga ahlukene umcimbi iVibe2000 Weekend Getaway ozobanjelwa ehhotela elisezingeni iLa Clef Boutique elingaseMgungundlovu maphakathi nesifundazwe ngempelasonto yomhla ka20 no21 kwephezulu. Lo mcimbi uzobe ugabe ngomculo, ukudla...
Bekusindwe ngobethole kugcagcelwa Iso leSilo
BEKUSINDWE ngobethole kugcagcelwa uShansela waseNdlunkulu uMalusi Zondi nowakwakhe uNkk Snothile MaKhumalo eMzinyathi eNanda ngeSonto emcimbini obuhanjelwe yizinkumbi zabantu bamazinga ahlukene. UShansela uZondi osekhothanyelwa njengeNkosi ngokwesikhundla sakhe...
Usuphumile esandleni umkhuba wokukhanyisa isikhumba –udokotela
NGU-KELLY Khumalo noThah Simelane asebenebala elikhanyayo kunaleli ababenalo phambilini. UMKHUBA wokukhanyisa ibala usuwandile, futhi usucishe wamukeleke kwabaningi. Phakathi kosaziwayo abaphumela obala ngokukhanyisa ibala, singabala umculi ongasekho emhlabeni,...
UKhawula uxwayise ngokuqashwa ngokweqile kwamaciko ngesikhathi samaholidi
UXWAYISE amaciko ngokuzinakekela angavumi ukuqashwa ngokweqile ukuvikela impilo zayo ngesikhathi samaholidi okuphela konyaka uNgqongqoshe wezobuCiko namaSiko nesemiDlalo KwaZulu Natal uMnu Mntomuhle Khawula. UKhawula ubekhuluma emcimbini wokwethulwa ngokusemthethweni...
Ubonga ukwesekwa ngamaZayoni ephemba ibhizinisi
NGUSIBONGISENI Ndlovu ongumsiki wengqephu nomnikazi we-IDot Designss.IZITHOMBE NGU: NHLANHLA GUMEDE LUGQAMA ungena egunjini lakhe lokusebenzela uSibongiseni Ndlovu we-IDot Designss, uthando lwezemfashini, kusukela endleleni agqoke ngayo nakwimisiko asebenzela phezu...
Sekuntwela ezansi ngokuphothulwa kokulungiswa kweMandela Capture Site
SEKUSELE kancane siphothulwe isigaba sokuqala sokulungiswa wendawo yokuheha izivakashi enomlando iMandela Capture Site eHowick maphakathi neKwaZulu Natal. Lokhu kuvezwe isikhulu sesikhashana sohlaka lwezokuvakasha kulesi sifundazwe iKZN Television and Film Authority...
Izindaba ezengeziwe
Kulindeleke sande esabafe kudilika ibhilidi eVerulam
by Mthokozisi Dlomo | 14 December 25
KULINDELEKE ukuba siqhubeke nokwanda isibalo sabantu abafe esibhicongweni sokuwa kwesakhiwo seThempeli elakhiwayo eRedCliff, eVerulam, ngoLwesihlanu. Inkampani ezimele yonogada iReaction Unit South Africa ithi ibizwe endaweni yesigameko ngezikhathi zasemini lapho...
read more
Sigxekwe nxazonke esokubulawa komholi wenhlangano yabalimi KwaZulu Natal
KUGXEKWE ukubulawa ngesihluku kukaSihlalo wenhlangano yabalimi i-African Farmers Association of South Africa (AFASA) KwaZulu Natal uMnu Mbongeni Sikhakhane odutshulwe wabulawa ngoLwesihlanu kusihlwa esendaweni yebhizinisi lakhe eSweetwaters. Ngokwemibiko kugasele...
Kuboshwe nekhehla elina-74 kwababanjwe beshayela bephuzile
KUBOSHWE nekhehla elineminyaka ewu-74 ubudala ngokushayela imoto licwile ezinkambeni zikaFaro ngoholidi leBoxing Day ngesikhathi amaphoyisa omgwaqo eqhuba umkhankaso wawo obizwa ngokuthi #NenzaniLaEzweni eMargate ePort Shepstone. Ngokwesitatimende soMnyango...
Abaculi bakamaskandi engozini yemoto beyonandisa
NGULUSANDA Khumalosimde engozini yemoto. BANGENISWE esibhedlela eNquthu ezintatha namhlanje abaculi bakamaskandi abalimale engozini yemoto. Ngokuthola kweLANGA, uLusanda "IBhova Elincane" Khumalo noSkhenqe Biyela, basinde kukubi kuphaphalaza imoto ebekade behamba...
Kuboshwe isikhulu ebesihamba ngo-176km/h sibudlonyile
SIKHALELWE ngamasongo kaS'gonyela sibalekela ingalo yomthetho isikhulu somunye weminyango kahulumeni wesiFundazwe iKwaZulu-Natal. Umsolwa uboshwe ngamaphoyisa asePark Rynie eshayela imoto yomsebenzi ngesivinini esingaphezulu kwalesi esivumelekile. Ubehamba ngo-176km...
UMshololo uzohola isicelo sabafuna kuhoxe imantshi kwelikaSiya Mhlongo
KUVELE Advocate Zandile Mshololo njengozohola isicelo sokuba kuhoxe imantshi eyengamele icala lalowo owayengumsakazi woKhozi FM uSiyabonga “Siya” Mhlongo. Lokhu kuvele ngoLwesihlanu eNkantolo yeMantshi yaseThekwini, lapho obekulindeleke khona ukuba kulalelwe isicelo...
test4
Click to Subscribe
Ezidla ubhedu
SASSA Payment Dates
Từ khóa » Http://isolezwe.co.za/izindaba
-
Izindaba | Isolezwe
-
Isolezwe | Liwela Umfula Ugcwele
-
Ezothando | Impilo Yabantu | Isolezwe
-
Uqothwe Ngenhlamvu Obebalisa 'ngokondliswa Usana Angaluzali'
-
Uyinqabile Ibheyili Osolwa Ngokubulala Abathathu - Isolezwe
-
Isolezwe Ezemidlalo - Home | Facebook
-
Isolezwe Subscriptions - PressReader
-
Izindaba Zokubhebhana Zocansi Umthondo Inkomo Umsunu ...
-
Zonke Izindaba